Ubhanana

Ubhanana isithelo esidliwayo esingenzazo ezinhlamvu esimila ezindaweni ezinamanzi amaningi. Amakhasi kabhanana aba nombala oluhlaza uma ungakalungele ukudliwa, lapha usuke usaluhlaza. Kuthi lapho amakhasi awo ubhanana eba nombala ophuzi usuke usuvuthiwe lpaha usuke usukulungele ukudliwa.

Ubhanana
Isihlahla sabhanana